home English Tracks Igileselina Lyrics

Igileselina Lyrics

Song Info: Presenting you Igileselina Lyrics.

Igileselina Lyrics

[Chorus]
Wayithi umame wayithi umame
Wayithi umame maye ndiyala
Wayithi umame wayithi umame
Wayithi umame mayenditshala

[Verse]
Isalukazi sigcob’ igleselina
Kanti ebusuku sijola nabafana
Isalukazi sigcob’ igleselina
Kanti ebusuku sijola nabafana
Wangiyala kabi umama nkosi yami
Wathi Mavusana ngoba uyishaya kahle lenkostini yakho
Uhamba eshiyela ngebusuku
Ngoba ngelinye ilanga uyothi uyathatha kanti sipoko esizoshisa amasheet ami
Washo ukuthi angizwa mshini mina ngiyidlel’ iwisky ngiyayidakelwa
Ngasengithe ngakuthola okunye eBree ebusuku ngo past 12 ngithi yingane
Akuklemile akulujile amaphefumz ayenuka kona angilanda ngingale komgwaqo
Hallo baby ( Yes buti Mavusanaungabe usayihlipha kakhulu ngokukhuluma sengiyakujola)
Hayi nayi inhlanhla wenkosi yami ekhaya ke mntanami
Sahamba ukufika еlumini yam bangithatha ubuthongo ngiyidakelwe
Kuyangciza ebusuku ngilеle ngifile flate
Kwathi sekusa ngaphaphama
Lento engigwaza ngamadolo acije kangaka yini what kind what happened
Ake ngikhanyise ilamu ke ngibone
Kuyahona kuyaphunyuka
Newigi siphansi hawu inwele zimhlophe hu
He salukazi askies please suka la embhedeni wami
Uma unolaka angakugenca ngocelembe wakuthola la erumini yami
Angiyindawo ke mina nge Estela
Ngilale ngakuyen’ uyithinto
Nasi isalukazi segoloza emashitini ami
[Chorus]
Wayithi umame wayithi umame
Wayithi umame maye ngiyala
Wayithi umame wayithi umame
Wayithi umame mayenditshala
Isalukazi sigcob’ igleselina
Kanti ebusuku sijola nabafana

This is the end of the Lyrics

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *